
Abazali abesaba kunokwenzeka ingane yabo iyisisulu sokuxhashazwa kwezokuxhumana
Loading player...
Ezweni lezobuchwepheshe esesiphila kulo, lakhona nezingane zinezinto ezizixhumanisa nomhlaba we-internet, kugcina sekuyinsakavukela ukuncokofulwa kwabo. Njengomzali ungazithola usunomntwana osobishini lwalenkinga.