
Ozoba ngumkhwenyana kamama osenengane, akayiqondi impilo yengane
Loading player...
Ukungena ebudlelwaneni bomshado la osekunezingane khona kungaba yinselelo kubazali. Ohlelweni Ezomndeni sizoxoxa ubumqoka bokuphokophela ukusebenza kanzima ubudlelwane obusha obubandakanya nezingane.