
Osemdala Unovalo Ngobudlelwane Obumuncu Anabo Nabazali Bakhe Bungalimaza Izingane Zakhe
Loading player...
Uma kunobuhlungu nezimo ezinzima owakhuliswa ngazo ngumzali kumbe bobabili ,kunganzimanyana –ke ukuba nawe ungabi yilolohlobo lomzali ezinganeni zakho ngoba yibona buzali owabubona.Nokho lokho akuchazi ukuthi lomthelela omubi ungenqamuleke.