
Usizi,ukungabikho kobulungiswa nothando lukaNkulunkulu
Loading player...
Ngakube sewake waba nendida ngokuthi kaze uNkulunkulu unawo nje umuzwa ngawe nomhlaba wonkana? Ngosizi nobuhlungu obukhona kwamhlaba ,kugcina kuyinto enzima ukukholwa ubukhona nonakekelo lukaNKULUNKULU