
Sivikela kanAugi intsha ekuthumelelaneni ngezithombe zobunqunu
Loading player...
“Yiziphi izinto engingazenza ukuvimba umuntu omusha wami angazifaki ocansini ngemiqhafazo?Ngikhathazekile uma ngifunda ukuthi izinga likhula kangakanani ezinganeni ezithe shi kulolubishi ngama –phone.Ngiyaqonda futhi ukuthi imiphumela ingaba ngenzulu.Ngakolunye uhlangothi angazi ukuthi yini engingayenza ukuvikela lesisimo.Nicabangani?”