Umama ofuna uthande yena yedwa noma usumdala
Loading player...
“Ningangiluleka nithini ngoMawami onomona ngami ufuna ngiphathwe nguye kuphela?Nakuba nami sengagana ngathola nezingane zami kodwa nje usangiphathisa okwengane .
Mina kuyangijabulisa ukunamathela kuye kodwa yena uyeqisa,futhi ufuna sibe ngabangani bomhlaba! Uze anyukubale uma ngizihlalele nobaba kumbe amanye amalunga omndeni.Ngisho omalume no anti makunezipho abafuna ukungijabulisa ngazo yena uhlale efuna sengathi konke okuhle ngingakuthola ngaye kuphela.
Ngale kwalokho uzodinelwa wonke umuntu.Ngenze njani?’