
Ingane ehlale ishaya abafowabo nodadewabo abancane Kanye nemfuyo
Loading player...
Ukuziphatha kwengane kuncike kwingaphakathi layo ,isibonelo : imizwa yenhliziyo nokubhekana nezinto eziyikhathazayo.Ingane isengafunda futhi kwabangaphandle indlela yokuziphatha engamukelekile ,sibala abangani,umndeni kumbe izithombe nemibhalo engasile kwi TV. Okusemqoka ukuthi ukuba nempi kwakhe kukhomba ingaphakathi elingalungile,okungamele kuzitshwe.