
Ukubhekana nomamezala ohluphayo
Loading player...
Isihloko sikamakoti nomamezala siyiva emishadweni eminingi. Ubudlelwano babo buvamisa ukuhhadlazela uma kungenamincele ecacile, sizokhuluma ngalo kanye loludaba lapha ohlelweni Ezomndeni.