
Intsha negebe lomuzwa wezocansi
Loading player...
Kungani uNkulunkulu wanika ama-teenager ukulangazelela okukhulu kwezocansi ,bese aphinde engaba esawanika indlela enempilo yokukunelisa ? Kubukeka lokhu kungekho -fair. Ezikhathini zasebhayibhelini abantu babeshada bebancane. Ngenxa yalokho ,kwakuyimpilo ukushesha ungene kwezocansi nokukhulisa izingane usemncane. Kodwa kulezinsuku ,abantu abaningi bayanyukubala uma ama- teenager eshesha engena ocansini. Kungani uNkulunkulu asinike lemizwa uma singeke senze lutho ngayo?