
Ukuthandana ngenhliziyo kunye nobungane obuqhubekayo
Loading player...
Ngakube mina nomnyeni wami sibunqamule ubungani nenye i-couple ngenxa yokuthi nje lendoda nami sivese sangena ekuthandaneni ngokwenhliziyo kuphela ? Sekwadlula manje,futhi nowakwami nonkosikazi walendoda bathatha isinqumo esiqinile , esigcwele umoya wokubuyisana kuyo yonke lento eyenzeka.Ngazizathu thizeni ,sesamisa nokuhlanganyela ndawonye okwesikhashana.Ngisho ngokwethembeka nje ,sekube yingxenye le ebe ngenzima kulo lonke loludaba.Kungukulahlekelwa kithina sonke.Manje ngoba lokushendezana ngenhliziyo sekwedlule ,nicabanga ukuthi ku-right ukubuyela empilweni eyayiyiyona ekuqaleni ? Kumbe lobungani bethu singama couple sibuqede nya?