
Inkambo enhle yobukhrest iqhathaniswa nengcindezi yezocansi
Loading player...
Ngakube ukuziphatha kahle ngokwezocansi ngokobuKhrestu akunampilo futhi akukho oemvelweni? Ngingowesifazane ozama ukuphila impilo emsulwa ,kodwa owesilisa engingena naye othandweni uhlala njalo engicindezela.Uthi umuzwa wami ngobumsulwa kwezocansi kungumuzwa nje ongenampilo wokwesaba –ngokuthi ngokuzama ukugculisa uNkulunkulu ,ngilahala ubuhle bemvelo nezinjabulo zokuphila njengokokuba uNkulunkulu wazidala .Ngiya ngokuya ngikuthola kunzima ukumphendula uma ekhuluma ngalendlela.Ningangipha usizo?