
Ingane izibuza ukuthi engabe izilwane ziyaya yini ezulwini
Loading player...
Ngakube izilwane zami o-doggy doggy bayoya nami eZulwini? Ngiphatheke kabi ngoba inja yami isandanakufa .Sesibe naleyonja ekhaya ,kusuka ngazalwa ,manje angiyiboni impilo eyoba mnandi lo -doggy doggy engekho .Ngike ngabuza uMawami ukuthi soyibona yini eZulwini ,uvese wathi angiyobuza uthisha wami kasontoskole,ovese wathi yena ,cha iZulu elabantu akulona elezilwane.lokho kungiphathe kabi.Nicabanga uthisha kasontoskole wami u-right?