
Izingane ezingabazayo ngoNkulunkulu
Loading player...
Uma ungumzali onguMKhrestu othandazela izingane zakhe, ucela uNkulunkulu ukuba azembule kuzona abe ngophilayo, angicabangi uwedwa kulowomsebenzi. Kungumthandazo osezindebeni zamakholwa amaningi angabazali. Wonke umzali onguMKhrestu ufuna ukunethezeka ekwazini ukuthi ingane yakhe ishisekela uNkulunkulu futhi imkholwa ngenhliziyo yayo yonke ebuNkulunkulunkulwini baKhe. Ukukhuthazeka kuziletha ngesikhathi ingane yakho izibuza ngokholo nobukhona bukaNkulunkulu. Umuntu wenzenjani ezimweni ezinjalo?