IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
137 Episodes
60 – 80

LULAMA ZONDI SINOTHANDO CARING FOR TEENS

ULulama Zondi ufundisa ngokubaluleka ngokuxoxa nokufundisa intsha ukugwema ukuba nabantwana singakafiki isikhathi. Ukubaluleka kokuxoxa komzali nomntwana ukuba balazi iqiniso
21 Feb 2024 11 min

HEATSTROKE

UNozipho Maphumulo ophuma kwa Heart and stroke Foundation South Africa usichazela ngobungozi bokushisa nokushisa komzimba okungalela ekuguleni. Izinto okumele sizigweme uma kushisa kakhulu
14 Feb 2024 4 min

VIOLENCE IN SCHOOLS

u Mnu. Mkhuseli Madiba [ Kagisano at Afesis] uxwayisa ngodlame olukhona ezikoleni nokubaluleka ukuthi wazi ukuthi ingane iphatheke kanjani eskoleni njengomzali. Izimbangela zodlame nokuthi lunganqandwa kanjani
17 Jan 2024 7 min

16 DAYS OF ACTIVISM

UMkhuseli Madiba oyi Programme Officer kwa Kagisano, Afesis usichazela ngomsebenzi abawenzayo beyinhlangano ukulwisana nokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nabantwana
29 Nov 2023 11 min

HOSTAGE SITUATION : UKUTHUNJWA

UConstable [f] Ngcobo uxwayisa ngokuthunjwa kwabantu. usifundisa izinto okumele sizenze futhi siziqaphe uma sizithola sikulesisimo
8 Nov 2023 7 min

INCWADI YAMAFA [ WILL AND ESTATES]

UAyanda Mbotho ongummeli eKloppers Inc. usifundisa ngokubaluleka kwencwadi yefa ukuze umndeni ungasale ubanga uma usudlulile emhlabeni
13 Sep 2023 12 min

IZIDAKAMIZWA - DRUGS AND SUBSTANCE ABUSE

UConstable Ngcobo usexwayisa ngobungozi bezidakamizwa nomphumela wazo emphakathini. Yini okumele siyiqaphele nokusiza abantu ukuthi baphume ezidakamizweni, uhlobo lwezidakamizwa.
24 May 2023 19 min
60 – 80